Owesifazane ubulale abagqekezi abangene kwakhe

2015-07-27 14:33

Johannesburg - Owesifazane waseGauteng uquthuze walahla phansi ngenhlamvu izigebengu ezimbili  ezigqekeze kwakhe zangena ngaphakathi ezintatha ngoMsombuluko.

Lezi zigebengu ebezigqoke izigqoko ezifihla ubuso, zigqekeze umuzi okuSwartberg Street, eGlenvista ngo-04:20 zase zisabisa izithandani zithi zizozidubula.

Kuthe kusenjalo owesifazane wahosha isibhamu ngaphansi komqamelo wadubula izigebengu ezimbili, ngokusho kweGlenvista Community Policing Forum.

OLUNYE UDABA: Kubulawe oyedwa abanye balimala kudutshulwa

Isigebengu sokuqala sishonele egumbini lokulala kwathi esinye saphelela emnyango. Esesithathu sikwazile ukuphuma ngesamagundane kanti kumanje sigcwele amathafa.

"Zombili lezi zigebengu ezibulewe bezihlomile. Amaphoyisa athole izibhamu ezimbili endaweni yesigameko," kusho le nhlangano.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
5 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.