Owesifazane ushone kabuhlungu

2015-08-09 11:59

Johannesburg – Owesifazane ushonile kwathi ababili balimala kanzima ngesikhathi imoto abebehamba ngayo igingqika eBosmont entshonalanga yeGoli ngokusho kwabosizo lokuqala.

“Ezintatha namhlanje (ngeSonto) abosizo lokuqala bafike endaweni yesigameko bathola owesifazane okukholwakala ukuthi oneminyaka engu-25 ubudala eseshonile buqamama nemoto abehamba ngayo,” kusho okhulumela abakwa-ER24  uWerner Vermaak.  

“Ngesikhathi behlola isimo abosizo lokuqala bathole ukuthi bese kungasekho okungenziwa ukuhlenga impilo yakhe.

OLUNYE UDABA: Kutholwe izidumbu ezinhlanu eBenoni

Abanye abesifazane ababili abebehamba nalona wesifazane bathole ukulimala okungatheni,” esho.

“Bobabili bahloliwe ngabosizo lokuqala ngaphambi kokuthi badluliselwe esibhedlela iLife Flora Clinic ukuze bathole okunye ukwelashwa.”

Amaphoyisa akwaMetro eGoli aqale uphenyo ngale ngozi nembangela yayo njengoba ibingakaziwa. 

     - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

         - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.