Owesilisa ecaleni lokuluma umunwe wowesifazane

2015-08-12 07:32

Bulawayo – Umshayeli oneminyaka engu-60 ubudala uvele enkantolo ngecala lokuluma umunwe walowo owayeyisithandwa sakhe ngesikhathi benengxabano.

Ngokubika kwe Bulawayo24 uClever Mutandwa uliphikile leli cala lodlame lwasekhaya ngesikhathi evela Nkantolo yeMantshi yaseMbare.  

Ezivikela uMutandwa uthe akakaze amhlukumeze owayeyisithandwa sakheuJuliet Mavhunga  njengoba alinyazwa ucingo.

UMutandwa uthe uJuliet uyena owayemshaya njengoba yena engaphindiselanga.

OLUNYE UDABA: Kuduke umkhwenyana sekusondele elomshado

Kubikwa ukuthi laba babanga ukuthi uMutandwa akazange amethule uJuliet ngokusemthethweni kwisithandwa sakhe esisha. 

UJuliet wavuka isikhwele wabe eseqala ingxaban noMutandwa baphambi kwentombi yakhe entsha. 

Ngokwezincwadi zasenkantolo uMutandwa wagxumela umunwe kaJuliet wawuhlala ngamazinyo.

Ngemuva kwaleso sigameko uJuliet wahamba wayovula icala ukuze zimkhalele uMutandwa. 

        - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

           - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.