Owesilisa ugxume ebhilidini washona eGoli

2014-12-22 11:24

Johannesburg – Owesilisa ushonile ngemuva kokugxima ebhilidini eYeoville eGoli okuyisagameko sesithathu esifanayo esenzeka kuleli ndawo kule nyanga ngokusho kwabezimo eziphuthumayo.

 “Owesilisa oneminyaka ekuma-30 ubudala uzibulale ngokugxuma esitezi sesihlanu ebhilidini okuhlala kulo abantu iSander Mansion ngoMsombuluko ekuseni,” kuchaza uRobert Mulaudzi okhulumela abasizo lokuqala.

Uthe lo mlisa ulimale kanzima ezindaweni ezahlukene nokuholele ekutheni ashone ujuqu.

OLUNYE UDABA:Kuthiwa uzibulele ophume ngewindi esibhedlela

“Amaphoyisa ayile endaweni yesigameko njengoba esaphenya impbange yokuzibulala kwalo mlisa,” kuchaza uMulaudzi.

Lesi yisigameko sesithathu kule nyanga emabhilidini ahlukene maphakathi neGoli. UMulaudzi unxusa abantu ukuthi bayeke ukuzibulala.

“Uma benenkinga bangaxhumana nezinhlangano ezahlukene ezizimele ezingabasiza ngoba ukuzibulala akusona isisombululo,” esho.

      - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

        - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.