Owodumo lweGenerations akalilahlile ithemba ngomshado

2015-07-20 10:01

Johannesburg - USophie Ndaba kungenzeka ukuba wahlukumezeka emshadweni wakhe odlule, kodwa uthi usakholelwa emshadweni kanti futhi unethemba lokuthi uzophinde ashade ngelinye ilanga.

Selokhu ashiya kwiGenerations, uSophie umatasa ngomsebenzi wokuhlela imishado (wedding planner), kanti utshele iMove ukuthi kusemqondweni wakhe ukuthi uyophinde azihlelele owakhe umshado ngelinye ilanga, ayeke ukuhlelela abanye abantu.

"Isipiliyoni engisithole phambilini sizongisiza. Ngeke ngiliphose ithawula kulokho,” usho kanje.

Funda nalolu daba: Kwagajwa unkosikazi, kwahlaliswa intombi emakhandleleni

"Ngisanethemba lokuthi ukhona umyeni wami khona la ngaphandle.”

Mhlawumbe kuzomele aphose ithawula uSophie bo, akulona iphutha ukungashadi noma ukungashadelwa.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.