Ramaphosa - Okuhle kodwa ngoKhisimusi

2014-12-25 10:00
Johannesburg – Iphini likaMengameli wezwe uCyril Ramaphosa usefisele abantu baseNingizimu Afrika uKhisimusi omnandi.

"Njengoba sibungaza lesi sikhathi, sibungaza neminyaka engu-20 izwe lathola inkululeko,” kusho isitatimende sikaRamaphosa.

"Lesi yisikhathi esihle kakhulu sokuthi sibheke ukuthi sisukaphi. Siyacela izakhamuzi zikhombisane uthando nenhlonipho,” kuqhuba uRamaphosa.

"Egameni likaMengameli uJacob Zuma nohulumeni wonke wezwe, sinifisela okuhle kodwa.”

Iqembu i-Economic Freedom Fighters, alisalanga ngaphandle ekwedluliseni izilokotho.

"Siyi-EFF sithi akuqhubeke uthando ngalesi sikhathi, asikhuleke sikhulekele nomakhelwane bethu. Asithi siphana izipho, sikhumbule nalabo abaswele,” kusho isitatimende seqembu.

Umholi weNational Freedom Party, uZanele kaMagwaza Msibi, naye ukhulume wafisela abantu bakuleli, okuhle kodwa.

"UKhisimusi yisikhathi sobumnandi nenjabulo, yisikhathi sesihle. Imindeni ihlangene kuyadliwa kumnandi, kunabahamba amabanga amade beyohlangana nemindeni yabo. Abazothatha uhambo, sibafisela uhambo oluhle.”



 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.


 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.