Sehlile isibalo sabashone ezingozini zikaKhisimusi

2014-12-25 09:15
Johannesburg - Sehle ngo-35% isibalo sabashone ezingozini zomgwaqo ezenzeke kusukela kuqale isiphithiphithi sebhizi kaDisemba, izehlakalo zezingozi zona zehla ngo-42%, uma kuqhathaniswa nesikhathi esifanayo ngonyaka owedlule.

Izibalo zikhishwe nguNgqongqoshe wezokuThutha uDipuo Peters, ngoLwesithathu.

"Izibalo ziphansi uma kuqhathaniswa nangonyaka owedlule, ngesikhathi esifanayo. Kubalwe izingozi ezingu-539, ekushone kuzo abantu abangu-677. Ngonyaka owedlule ngalesi sikhathi, zabe sezingu-764 izingozi, kushone abangu-917," kusho isitatimende sikaPeters.

Ungqongqoshe uthi abagibeli yibo abashona kakhulu ezingozini, kuze abantu abahamba ngezinyawo.

Baku-37% abagibeli abashonile, babe ku-35%, abahamba ngezinyawo, babe ku-25% abashayeli, babe ku-2%, abahamba ngamabhayisikili kanti u-1% akucaci kahle ngawo.

"Sikhathazekile ngezibalo zabantu abashonayo, akuvumelekile neze ukuthi kushone abantu emigwaqeni."

Izibalo zhlanganiswe kusukelwa kumhla lulunye kuDisemba kuya kumhlaka-23.






 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.


 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.