Sekubanjwe ababili kwabahlanu abeqe esitokisi

2015-07-22 11:30

Johannesburg – Amaphoyisa asekwazile ukuphinde abambe iziboshwa ezimbili kwezinhlanu ezeqe esitokisini saseRitavi, ngaseTzaneen. 

Okhulumela amaphoyisa aseLimpopo, uRonel Otto, uthe lezi zigebengu zibhekene namacala abucayi kakhulu.

”Babhekene namacala afana nelokubulala, ukudlwengula kanye nokuphanga. Ngaleyo ndlela bayingozi.”

Funda nalolu daba: Uyaveva othi ukweletwa yiSolo izigidi

"Beqa ngemuva kokuba bevule uthango ngoMsombuluko ebusuku,” usho kanje.

Amaphoyisa asedalulile amagama alezi ziboshwa.

"Ababili asebebanjiwe, uRufus Mkhawana noDumisani Nukiwe Khosa – ababhekene namacala okudlwengula,  ukuphanga nokushaya -  babanjwe ngoLwesibili ekuseni.”

Iziboshwa ezisagcwele amathafa ngoLazarus Moseamedi, Stanley Sipho Nkwana noKgomotso Mokhabudi, kubika i-eNCA.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.