Sekuboshwe ababili ngokubulawa kukasomateksi eLamontville

2015-06-11 17:17

Durban - Amaphoyisa eSAPS eLamontville, iTactical Response Team, nawophiko lwe-K9 Unit, ngolubambisana namaphoyisa kamasipala abophe abasolwa ababili ngokubulala uVele Ndebele,52, kusho amaphoyisa aKwaZulu-Natal ngoLwesithathu.

“Ngezithuba zabo-10:00 ekuseni uNdebele [ongumnikazi wamatekisi] ubengaphandle kwaseLamontville Community Hall ngesikhathi abasolwa abangaziwa bephuma emotweni yohlobo lwePicanto bevulela ngenhlamvu washonela khona lapho,” kusho uMajor Thulani Zwane esitatimendeni.

Kuthiwa abassolwa babaleke ngonyaka ngemuva kokudubula.

“Ngosizo lomphakathi amaphoyisa akwazile ukuthola abasolwa, nabatholakale nezibhamu ezine ezingekho emthethweni kanye nezinhlamvu,” usho kasho kanje.

Funda nalolu daba:  Usemithisile owafakelwa 'induku'

Izibhamu zizohlolwa ukuze kubhekwe ukuthi awekho yini amanye amacala ezithinteka kuwona.

UZwane uthi kuphinde kwatholakala ukuthi umsolwa oyedwa uyathinteka esehlakalweni sokudunwa kwemoto esenzeka KwaMakhutha ngoMayi 17.

“Abasolwa abaneminyakla engu-26 nengu-29 ubudala bazovela eNkantolo yeMantshi yaseMlazi ngoMsombuluko,” usho kanje.

Ukhomishana wamaphoyisa KwaZulu-Natal, uLieutenant General Mmamonnye Ngobeni, ukushayele ihlombe ukuboshwa kwabasolwa ngokushesha.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

 

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.