'Sekusele kancane uManyisa ajoyine iDowns'

2015-01-15 11:01

Johannesburg - Ukaputeni we-Orlando Pirates u-Oupa Manyisa uzojoyina iMamelodi Sundowns kule nyanga, ngokusho kombiko weSABC.

Usihlalo wePirates u-Irvin Khoza kanye nesikhulu seDowns uPatrice Motsepe kubikwa ukuthi kumanje baxoxisana ngemali azothengiswa ngayo lo mdlali.

Funda nalolu daba: 'IKaizer Chiefs iyiBayern Munich yaseMzansi.'

Imenenja yalo mdllai uThabo Moloto ucashunwe ethi: "Njengamanje izikhulu zibambe izingxoxo ngalo mdlali. Kodwa okwamanje kubukeka sengathi konke sekusele kancane ukuba uManyisa ajoyine iMamelodi Sundowns ngaphambi kokuvalwa kwesikhathi sokuthengwa kwabadlali.”

UMoloto uqhube wathi: “UManyisa ujabulile ngenxa yezinto esezizuzile ne-Orlando Pirates. Wanqoba izinkomishi ezintathu amasizini amabili elandelana. Ngakho ujabukle kakhulu ngokujoyina iMamelodi Sundowns.”



 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.