Sekusele kancane uSuthu lusayinise abeDowns

2015-01-12 11:01

DurbanAmaZulu anethemba lokusayinisa abadlali ababili kuleli sonto, ngokusho kwemenenja yeqembu kwezokukhangisa uLunga Sokhela.

Usuthu luzimisele ngokuqinisa isikwati salo ngalesi sikhathi sokuthengwa kwabadlali njengoba leli qembu lisemsileni kwi-Absa Premiership ngamaphuzu angu-9 emidlalweni engu-16.

Funda nalolu daba: 'Izinkunzi zaseSoweto zifuna isihlabani seDowns.'

Abadlali abathathu beMamelodi Sundowns uPunch Masenamela, Buryce Moon noBonginkosi Ntuli bangabanye babadlali abakhonjwa kuleli qembu, kanti udaba lukaBongani Ndulula lona kulindeleke lusombululwe uma esebuya kweye-Afcon.

Bane abadlali esifuna ukubasayinisa kanti izingxoxo sezingasemaphethelweni,” kusho uSokhela kuKickOff.com.

"Sinethemba lokuthi ezinsukwini ezimbili sizobe sesibasayinisile ababili, kanti abanye kusasele sivumelane ngemigomo ethile nabo.




 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.