Sesinyukele ku-60 esababulawe ukushisa

2015-08-12 14:29

Cairo – Abezindaba ezweni laseGibhithe bathi sekuphinde kwashona abanye abantu abangu-21 ngenxa yokushisa okudlulele, nosekubeke isibalo sabashoinile ngaphezulu kuka-60.

I-MENA news agency ngoLwesithathu ithe lesi sibalo ngesabantu abashone izolo, kanti iningi labo yizaguga.

Ithi banagu-581 abantu abangeniswe esibhedlela ngenxa yalokhu kushisa.

Funda naololu daba: Udubule umastende efuna irisidi ngenkani

Kuvamile ukuthi kushise kakhulu eGibhithe ngesikhathi sasehlobo, kodwa kulokhu amazinga okushisa afinyelela ngisho ku-46° eningizimu yezwe.

Balinganiselwa kwabangu-60 abantu abashone phakathi kwesonto nangoMsombuluko.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
Most Read
News In Your Area
Top Lifestyle
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.