Sicebisana ngokuthengela izingane ngoKhisimusi

2014-12-19 16:11
Cape Town - Isikhathi sikaKhisimusi yisikhathi la khona abantu kokunye bejabula baze beqise, baboleke izimali kokunye bagcine bengena ezikweletini ebezingagwemeka.

Uma ungumzali unendlela othanda ingane yakho igqoke ngayo nezimpahla okumele izigqoke. 

Sibuze abafundi bethu sathi:

Kungabe imuphi unyaka olungele ingane ukuthi isingakwazi ukuzikhethela izingubo zokugqoka?

Wena mzali yikuphi okumele ukwenze uma ingane ikhetha izingubo ongahambisani nazo?

Bayaphendula:

 - Khushu Mahlalenjalo Ngxongo uthe: Mhla yaqala ukusebenza, kumele izikhethele-ke lapho, kodwa uma isathengelwa yimi qha! Kumele ithathe lokhu engiyithengele khona.

 - Phiwa Phiwa Lillycute Ntuli uthe: Mina mhla nganayo iyozikhethela isikhule ngokwanele mhlameoe isina-21.

 - Precious Nkuleh Nyandeni uthe: Ekhaya babesikhethela izingubo zokugcoka sisakhula, kaningi bekuba esingazithandi zize zigcine zingasagcokwa, angifuni kwenzeke enganeni yami lokho.

Asithandi izinto ezifanayo ngoba asilingani nesikhathi esikhule ngaso asifani nesikhathi ingane ekhula ngaso. Ekumele umzali akwenze ukuthi ingane ayibonise igqoke ngendlela ehloniphekile.

Bheka Izindaba News24 kuFacebook, ubone abanye batheni.



Disclaimer:INews24 iqhakambisa ukukhuluma ngokukhululeka nokuzwakaliswa kwemibono eyahlukene. Lokho kuchaza ukuthi imibono yababhali bezingosi eshicilelwe kuNews24, akuyona imibono yeNews24.


 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.