Sichitha amahlebezi asesabalele isihlabani seKwaito

2015-08-24 13:33

Johannesburg - UMsawawa nengoduso yakhe, u-Angel Gwala, sebechithe amahlebezi asesabalele okuthi ubudlelwano babo abuhambi neze kahle.

Sekuphele izinyanga kunamahlebezi athi lezi zitandani zibhekene nezinkinga.

Kodwa ekhuluma neMove!, uMsawawa ukuqinisekisile ukuthi akaze ahlukane nengoduso yakhe kwasekuqaleni.

Funda nalolu daba

"Sisathandana. Empeleni, asikaze sihlukane,” esho. 

Lesi sihlabani seKwaito siphinde sadalula nokuthi bahlela ukubopha elomshado maduze, kodwa kuzoba yinto yangasese.”

Lezi zithandani zihlela ukuba nomndeni maduze nje!

"Bheka, sesikwenze konke okwesintu futhi manje sesifuna ukuqala umndeni. Sekuyisikhathi. Ngeke kube yihlazo ukuba nengane manje,” kusho uMsawawa.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
1 comment
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.