Sikhale ngaphansi isikhulu soMnyango wezempilo eKZN

2015-01-19 12:33

Durban - Isikhulu sezezimali eMnyangweni wezeMpilo KwaZulu-Natal sihlulekile emizameni yaso yokuvimbela ukuba singaxoshwa yinhloko yoMnyango.

Isicelo sika-Enos Ravhura sokuvimbela ukuxoshwa kwakhe nguDkt Sibongile Zungu, oyinhloko yoMnyango, sichithiwe uJaji Hamilton Cele.

UCele ukhiphe isinqumo ekupheleni kwesonto eledlule.

Funda nalolu daba: Kuboshwe unogada ngelokubulala ngephutha.

URavhura wamiswa, engaholelwa, ngomhlaka-26 Novemba 2013 kanye no-Andile Zondo wezokukhishwa kwamathenda eMnyangweni.

UMnyango awuwadalulanga amacala atholwa enawo uRavhura, kanye nemiphumela yokuqondiswa kwezigwegwe.

Kudaluliwe kuphela ukuthi watholwa enecala emacaleni amaningi ayebhekene nawo phambi kwekomidi loMnyango eliqondisa izigwegwe. 



 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
Most Read
News In Your Area
Top Lifestyle
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.