Silungise inkulisa ngeMandela Day - eEbhalelwe umhleli

2015-07-20 11:32

Dear Mhleli,

Namhlanje kuyintokozo kumina ukusiza indawo yaseMzinto kwaDumisa esigodini saseMayfield njengoba kuyiMandela Day. 

Bengazi ukuthi ngizokwenzani ngale mizuzu engu-67 kodwa abasebenzi engisebenza nabo sebehlela kuthi namhlanje kumele silungisele izingane zaseMayfield, inkulisa ngoba ayisekho esimeni esikahle. 

Into ebange sikhethe ukulungisa yona yingoba uTata uMandela wayezwana kakhulu nabantwana abancane kanjalo nemfundo.

Okungithokozisa kakhulu ukuthi sisebenza nje ngale mizuzu-67 akukho nzuzo esizoyithola ebantwini , kodwa nginesiqiniseko sokuthi uNkulunkulu uzosibusisa.

Ngiyathokoza kakhulu

Bhunu majola

Disclaimer:INews24 iqhakambisa ukukhuluma ngokukhululeka nokuzwakaliswa kwemibono eyahlukene. Lokho kuchaza ukuthi imibono yababhali bezingosi eshicilelwe kuNews24, akuyona imibono yeNews24.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.