Singaphandle ngebheyili isikhulu sikaMasipala

2015-01-16 17:31

Nelspruit – Sivele eNkantolo yesiFunda yaseNelspruit isikhulu esiphezulu sikaMasipala waseMbombela ngecala lenkohlakalo nokukhwabanisa ngokusho kwamaphoyisa aseMpumalanga.

UNoko Michael Senaego oneminyaka  engu-40 ubudala unikezwe ibheyili ka-R2000 kanti uzophinde enkantolo ngomhlaka 19 kuFebruwari, kusho uBrigadier Selvy Mohlala.

USenaego uboshwe ngoLwesihlanu ngezinsolo zokungayilandeli imigomo eqondile yokuqashwa kwezisebenzi.

OLUNYE UDABA: Kuphinde kwamiswa isikhulu sakwaSars

“Kubikwa ukuthi waqasha abantu ababengazifakanga izicelo zomsebenzi futhi abengakulungele ukwenza umsebenzi,” esho.

Kubikwa ukuthi isenzo sakhe sokuqasha ngokuthanda kwakhe saholela ekutheni kuqubuke isiteleka kulo masipala.

“Ngemuva kokuvulwa kwecala ngoSenaego kwaqala uphenyo wabe esekhalelwa ngamasongo kaSigonyela,” kusho uMohlala.

       - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

          - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.