Singayinqoba i-Afcon - Khuzwayo

2015-01-07 09:31

Johannesburg - Unozinti weBafana Bafana, uBrilliant Khuzwayo, unethemba lokuthi bazophumelela e-Equatorial Guinea njengoba leli qembu liyodlala emqhudelwaneni we-African Cup of Nations.

UKhuzwayo ubonakale okwesibili edlalela iBafana ngesikhathi engena leli qembu lidla iZambia ngo-1-0 ngempelasonto, kanti uzobe enesifiso sokuthi uzophinde alithole ithuba kweminye imidlalo kulo mqhudelwano, kubika iSoccerLaduma.

Lo mdlali oneminyaka engu-24 ubudala weKaizer Chiefs uthi iBafana ingakwazi ukunqoba lo mqhudelwano ozobanjelwa e-Equatorial Guinea kulo nyaka.

Funda nalolu daba: Sayinqoba kunjena iligi nangokudlule - OweDowns.

Ekhuluma nabezindaba, uKhuzwayo uthe, “Amathuba ethu okunqoba i-AFCON angu-100%. Siyiqembu elizimisele ngokusebenza ngokuzikhandla liphinde lenze noma yini ukuze linqobe, futhi uma sigxila kulokho, futhi sikholwa ukuthi singanqoba, akukho okungasivimba.”



 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
1 comment
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.