Sisenalo ithemba njengeBafana - 'Mlungu'

2015-01-24 11:02

Johannesburg - Ukaputeni weBafana Bafana uDean Furman ukholelwa ukuthi iqembu lakhe lisangakwazi ukudlulela esigabeni somkhumulajesi kowe-Africa Cup of Nations.

IBafana Bafana ibambane ngegoli elilodwa neSenegal nokuwumphumela oyibeke emsileni ngephuzu elilodwa futhi izobhekana neGhana yazi kahle ukuthi kuzodingeka iwine ngamagoli amaningi ukuze ikwazi ukudlulela phambili.

Funda nalolu daba: Inkinga ayikho semuva - Mashaba.

"Sisenalo ithuba,” kusho uFurman ngemuva komdlalo, kubika iSoccerLaduma.

"Sikholelwa ukuthi sisenalo ithuba kuze kube unompempe uyawuqeda umdlalo wokugcina, sibone ukuthi simi kuphi.”



 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.