Sizovezwa isithombe sowabhunyela omunye nge-acid

2015-01-21 14:31
Johannesburg - Isithombe sowesilisa owabhunyela nge-acid owayeyintombi yakhe singashicilelwa, kusho iNkantolo yeMantshi yaseGoli ngoLwesithathu.

Abezindaba bafake isicelo sokuthi bakwazi ukuthatha izithombe zalo mmangalelwa osolwa ngecala lokuzama ukubulala, uJan Pieterse, 29.

Umshushisi uMahange ka Mzizi utshele inkantolo ukuthi ukushicilelwa kwezithombe zommangalelwa ngeke ziliphazamise icala.

OLUNYE UDABA: Liyaqala elowabhunyela owesifazane nge-acid

UPieterse uvele kafushane enkantolo ngoLwesithathu, icala lahlehliselwa uFebhuwari 11.

UMbuso usola uPieterse ngokuzama ukubulala owayeyintombi yakhe u-Ines Antonio, 22, ngokumqulela nge-acid ngaphandle kwakubo eSydenham ngoNovemba wonyaka ofile.

Isisulu sasha ebusweni nasesifubeni.

Indodakazi yabo, eyayino-Antonio ngesikhathi sesigameko, yasha kancane ezingalweni.



 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.