U-DJ ukhale izinyembezi ethula ubufakazi

2015-08-11 16:04

Johannesburg - Lowo owayengumsakazi weJozi FM, u-DJ Donald Sebolai, ukhale izinyembezi ngoLwesibili ngesikhathi ekhuluma ngokwenzeka kuze kufe intombi yakhe.

USebolai‚ 38‚ wethule ubufakazi ecaleni lokubulala elithethwa eNkantolo eNkulu yaseGoli, ehleli kweyeMantshi yasePalm Ridge.

Lo msakazi odume ngelikaDJ Donald Duck‚ usolwa ngokugwaza abulale intombi yakhe uFlavia Rachel “Dolly” Tshabalala‚ 32‚ ngemuva kwengxabano ababanayo Juni 29 ngonyaka odlule.

Funda nalolu daba: Umphakathi uthi usukhathele abefundisi ababhedayo

Ngesikhathi elandisa inkantolo ngokwenzeka, ubonakale esekhala, waze wacela uJaji Cassim Moosa ukuba liguqe kancane icala.

USebolai uthe babebanga ifoni yakhe ngemuva kokuba ebuye sekuhlwile endlini.

UTshabalala wayefuna ukubuka ifoni yakhe ukuze abone ukuthi ubexoxa nobani, kodwa uSebolai wala waphetha, kubika iTimeslive.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
1 comment
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.