U-Eskom ungenela esontweni lesithathu ugesi ungacimi

2015-08-23 14:09

Johannesburg - U-Eskom usukhiphe isaziso wathi ngeke kube khona ukucima kukagesi ngeSonto, okwenza lolu kube usuku luka-15 ugesi ungahambi kuleli.

“Ugesi awukho ngaphansi kwengcindezi, ngakho mancane amathuba okuthi singene ezinhlelweni zokucima ugesi ngezigaba.

"Lokhu kuzovumela u-Eskom ukuba ulungise iziphehli ezinenkinga," kusho lesi sikhondlakhondla senkampani.

OLUNYE UDABA: Siyazama bandla akufani - Eskom

“Nokho uma kukhona okushintshayo ekuphehlweni kukagesi, siyophoqeleka ukuba siwucime ugesi, kepha sizowazisa amakhasimende ethu kusenesikhathi," isho.

“Siyanxusa amakhasimende ethu ukuba aqhubeke nokusebenzisa ugesi ngendlela eyongayo."

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.