U-R10b wokusabalalisa ama-ARVs

2014-12-24 13:42

Johannesburg - Izinkampani ezine ezakha amaphilisi, zihlomule ngethenda ka-R10 billion, yokusabalalisa imishanguzo ethiba igciwane lengculaza.

Ngokusho koMnyango wezeMpilo, izinkampani zizoqhuba lo msebenzi iminyaka emithathu.

"UMnyango wezeMpilo uthanda ukumemezela ngokukhishwa kwethenda ka-R10bn, inikwa izinkampani ezine. Izinkampani zizoqhuba lo msebenzi kusukela ngo-2015-2017," kusho isitatimende soMnyango.

Inkampani iSonke Pharmaceuticals, inikwe ithenda ka-R3bn, iMylan Pharmaceuticals, yanikwa u-R2.8bn, i-Aspen Pharma R2.5bn kwathi iCipla Medpro, yanikwa i-R2bn.

"Bangaphezu kuka-2.7m abantu baseNingizimu Afrika abathola imishanguzo yokuthiba igciwane lengculaza," kusho uMnyango.

UNgqongqoshe woMnyango u-Aaron Motsoaledi, uqinisekise ukuthi baningi abantu abazothola iphilisi ngalinye ngosuku, esikhundleni samaphilisi amathathu.



 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
1 comment
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.