Kumenyezelwe buholi obusha be-ANCWL

2015-08-08 07:34

Johannesburg -  UNgqongqoshe wezokuThuthukiswa koMphakathi uBathabile Dlamini uqokwe njengomengameli omusha we-African National Congress Womens League ngesikhathi kunengungquthela yokukhetha ubuholi balolu phiko eGoli.

UDlamini uthathe izintambo kuNgqongqoshe wezeMfundo yamazinga aphansi u-Angie Motshekga.  

OLUNYE UDABA: Kufanele kuthathwe njengecala elinzima ukubulala iphoyisa'

USisi Ntombela yena uqokelwe esikhundleni sokuba iPhini likaDlamini kanti ubengasibangi namuntu lesi sikhundla.  

UMeokgo Matuba uqokelwe kwesikaNobhala Jikelele, kwathi uWeziwe Tikana waqokelwa kwesephini likaNobhala Jikelele.

UNgqongqoshe wezobuDlelwano baMazwe uMaite Nkoana-Mashabane yena uqokelwe kwesikaMgcinimafa. 

Abalelwa ku-3000 amalungu alolu phiko abehambele le ngqungquthela yesi-12 e-Irene ngasePitoli. 

       - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

          - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
1 comment
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.