UBoity ukhala ngokuhlaselwa yisishwapha

2015-01-11 13:56

Johannesburg - Akeneme neze umlingisi nomethuli wezinhlelo zikamabonakude uBoity Thulo, owaziwa ngokuba ngufulathele simnxaphele ezinye izintombi,  ngenxa yokuma kahle komzimba wakhe, aphinde adudule.

Ngokusho kwabezindaba zeSunday Sun, uBoity uzwakale etshela umngani ethi ukhathazekile ngokuncipha kwezinqa zakhe. 

“Angiwakholwanga amadlebe ami. Ushaya "ngentaba yezinqa" kodwa ukwazi ukukhuluma athi ziyancipha," kusho umthombo.

UBoity wasusa umsindo evela enqunu ethwetshulwe yiphephabhuku, lokhu kwagqugquzela abanye besifazane ukuthi bakuthande ukuba nezinqa ezinkulu abangenazo bazifisa. 

UBoity uvumile kwabezindaba ukuthi uzibona zincipha izinqa zakhe.

“Yebo kunjalo, ngiyazizwa ziya ziphela. Mhlampe yingoba ngike ngathi ukuma ejimini, ngiyazizwa zithamba azisamile ngendlela ezazimi ngayo. Ngizobuyela ejimini ngizozibuyisela endaweni yazo," kusho uBoity.





 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
1 comment
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.