UGadaffi udalula esokushiya iGenerations: The Legacy

2015-08-07 13:29

Johannesburg - UVuyo Dabula ushaqise abalandeli abaningi ngesikhathi ememezela ngokushiya kwakhe emdlalweni owuchungechunge kumabonakude iGenerations: The Legacy ekuqaleni kwenyanga, usedalule isizathu sangempela sokushiya kwakhe kulo mdlalo.

"Nganginokungabaza kwasekuqaleni ngokujoyina lo mdlalo," kusho uDabula odlala indawo kaKumkani “Gadaffi” Phakade engxoxgweni abenayo nabeThe Citizen.

OLUNYE UDABA: UJack Mabaso kwiGenerations: The Legacy

UDabula utshele abephephandaba ukuthi wawujoyina phela lomdlalo kodwa nje ubazi ukuthi angeke aze ahlale kuwo isikhathi eside.

Ngokusho kwabephepha lo mlingisi oneminyaka engu-38 ubudala, uthe ukube uhlalile, ukulingisa kwakhe kweqophelo eliphezulu bekuzodidiseka njengoba ukudlala emidlalweni efana nale zonke izinto ziyashesha futhi kubhekwa kakhulu ubuningi bawo kunezinga eliphezulu lokulingisa.

UDabula uqinisekise abalandeli ukuthi ukuhamba kukaGadaffi akuchazile ukuthi angeke aphinde abonakale yena, kubnika iTimeslive.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.