UHunt uphika eyokuyamaniswa kukaVilakazi neDowns

2015-08-23 14:10

Johannesburg - Umqeqeshi weBidvest Wits uGavin Hunt uthi uSibusiso Vilakazi akazange abe sebhentshini ngoba nakhu kunamahlebezi amyamanisa neMamelodi Sundowns.

UHunt uthi kungamampunge ukuthi uVilakazi uya kwelinye iqembu yingakho engazange abonakale enkundleni emidlalweni emibili yeqembu, kubika iKickOff.com.

Lo mqeqeshi uqhuba ngokuthi uVilakazi ubesebhentshini ngoba ubengazilolongi ngakho akekho efomini.

OLUNYE UDABA: UHunt uncome igoli likaPule behlula iSwallows

U'Vila' ubesebhentshini ngesikhathi amaBrazillians eshaya iWits ngo 4-2 ngoMgqibelo.

UHunt uyagcizelela ekutheni usamethemba kakhulu uVilakazi kanti angase aqale umdlalo uma ezakhe sezibhekene neMaritzburg United, eGoli, ngoLwesithathu.

“Sengake ngabaqoka abadlali asebesayine izinkontileka namanye amaqembu. Okwamanje uBen Motshwari nguye osefomini enhle," esho ebhekise kumdlali ongene esikhaleni sikaVilakazi.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.