UJackie Selebi ubeyindoda eqotho - Shaik

2015-01-23 11:42
Johannesburg – Udlulile emhlabeni lowo owayenguKhomishana wamaPhoyisa kuzwelonke owatholakala enecala lokukhwabanisa, uJackie Selebi.

USelebi, okuthiwa ushonele esibhedlela ngoLwesihlanu, wabamba lesi sikhundla kusukela ngo-2000 kwaze kwaba ngu-2009.

Wagwetshwa iminyaka engu-15 ebhadla ejele ngo-2010 ngokugwazisa kulowo owayedayisa izidakamizwa, uGlenn Agliotti.

OLUNYE UDABA: Udlulile emhlabeni u-Amichand Rajbansi

USelebi wadedelwa ngoshwele wezempilo ngo-2012 ngemuva kokutholakala ukuthi uphathwa yizinso, ushukela ne-high blood pressure.

USelebi ushona nje ubezohlanganisa iminyaka engu-65 yobudala ngoMashi.

Ngokubika kwe-Eyewitness News, umngani kaSelebi, uSchabir Shaik uchaze umufi njengendoda eqotho.

“Ubeyindoda elungile. Ngokuzwa kwami ubesevele ephefumula ngemishini,” kusho uShaik.



 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
1 comment
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
Most Read
News In Your Area
Top Lifestyle
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.