UKhune ulinde uBobby ngomhlangano neChiefs

2015-07-24 12:38

Johannesburg -  Kubikwa ukuthi unozinti wodumo u-Itumeleng Khune ulinde isikhulu seKaizer Chiefs uBobby Motaung ukuthi abuyele kuyena mayelana nomhlangano naleli qembu nakuba kunamaqembu amgaqele phesheya kwezilwandle.

Amahlebezi asabalale ekuqale kwaleli sonto athi uKhune useyilaxazile imanenja yakhe uDan Lichman.

ULichman utshele iSowetan ukuthi ngoLwesine ukuthi useyishiyile inkampani iTriple S “ngenxa yokuthola amanye amathuba kwenye indawo”. 

OLUNYE  UDABA:Owayegijima nelePSL usola abeqembu ngokukhubazeka

“Sizoqhubeka nokusebenza noKhune.

Kunamaqembu amgaqele phesheya kwezilwandle e-Europe  kodwa usalinde umhlangano neKaizer Chiefs ukuze abone ukuthi bangagcine bevumelene.

Ulinde uBobby Motaung,” kusho uLichman ngokubika kweKickOff.

UMotaung wakubeka kwacaca ukuthi iChiefs ngeke iguquke emigomweni yayo ngenxa yezimfuno zikaKhune.

Lesi sikhulu sithe lo nozinti kumele azithobe uma kuqhubeka izingxoxo.

      - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

        - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.