UMachel ukhala ngemfundo yakuleli

2014-12-18 18:15

Johannesburg - INingizimu Afrika ibhekene nenkinga enzima kwezemfundo, kusho umfelokazi kaTata uNelson Mandela, uGraça Machel, onguShanselwa e-University of Cape Town.

Ekhuluma emcimbini wokwethweswa kweziqu, uMachel uthe baningi abafundi abangafundi lutho ezikoleni, abangakwazi nokubhala, wathi kwezinye izikole kunesibalo esiphezulu sabafundi abakhulelwayo.

“Kunezikole ezinabafundi abangabahloniphi othisha. Lokhu kuholela ekutheni bagcine bengafundanga konke okusuke kuhleliwe," kusho uMachel ecashunwa abezindaba zeDaily News.

“Sinenkinga enkulu ngemfundo yakuleli. Sifuna ukufaka imbewu ephilayo, kumele abafundi bakwazi ukuvuna ngokuya kwabo esikoleni."



 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.