UMalema ubonge umkhwekazi wakhe eshadelwa

2014-12-29 08:47

Polokwane – UJulius Malema ubonge umkhekazi wakhe ngesikhathi ebopha elikasofosilahlane nesithandwa sakhe uMantwa Matlala eSeshego eLimpopo.

Ngokubika kweThe Star ubonge umkhwekazi ngokumvumela ashade indodakazi yakhe.

Kubikwa ukutho lo mholi we-Economic Freedom Fighters ubeke ipolitiki ecele kule mpelasonto wakhombisa olunye uhlangothi lwakhe lothando.

Ekhuluma emcimbini wakhe uMalema uthe:

OLUNYE UDABA: Beziqinile ezokuphepha kushadelwa uMalema

“Ngifuna ukukubonga mama ngoba ubungaba umuntu ongakwazi ukuhlukanisa phakathi kwepolitiki nempilo yami yangasese,” kusho umthombi obukhona kulo mcimbi ngokubika kwaleli phephandaba.

“Ngingumuntu ophansi futhi onenhliziyo enhle,” kuqhuba uMalema.

Kulo mcimbi othathe izinsuku ezimbili beziqinisiwe ezokuphepha njengoba ubugabe ngonogada abebedlubhe amasudu amnyama nothayi ababomvu.

Bekungena abamenyiwe kuphela futhi obekumele baveze omazisi babo ngaphambi kokungena kulo mcimbi obuhanjelwe yizikhulu nosomabhizinisi abehlukene.     

     - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

        - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.