UMalema uthi abantu abadle umhlaba ngenkani

2014-12-21 13:07

Johannesburg - Umholi we-Economic Freedom Fighters uJulius Malema, usetshele abalandeli bakhe ukuthi abangene emhlabeni ekungasiwo owabo, kusho abezindaba zeSunday Times.

"Ukudla umhlaba ngenkani ukuhamba uyokhipha abantu abahleli kuwo bese ningena nina nihlale. Akusikho lokho esikwenzayo," kuchaza uMalema. 

"Esikushoyo ukuthi kunomhlaba omningi ongasetshenziswa kulei, omunye ungowabantu basemazweni angaphandle, omunye okahulumeni. Kumele abantu bakuleli basebenzise lowo mhlaba," kuqhuba uMalema.

UMalema uthi akumele abantu baphelelwe amandla uma kufika amaphoyisa ezocekela phansi izakhiwo zabo. 

"Akumele baphele amandla, kumele baqhubeke bakhe kabusha kuze kukhathale wona amaphoyisa. 

UMalema utshele iphephandaba wathi uma abantu abangena emhlabeni ekungesiwo owabo nenumbana, bazokwazi ukuphumelela.



 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
1 comment
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.