UMandla Mandela unesicelo emndenini ozenza izihlobo zabo

2015-01-14 11:01

Johannebsurg - Umzukulu kaNelson Mandela, iNkosi uMandla Mandela, usecele abesibongo sakwaNgcebetsha ukuba bayeke ukuthi bahlobene nomndeni wakhe.

Uthi kunamalungu omndeni wakwaNgebetsha afuna ukugxambukela ezindabeni zomndeni wakhe.

Usho kanje ekhuluma nabezindaba ngemuva kokuba iNkantolo eNkulu yase-Eastern Cape, eMthatha ichithe isicelo sikaWinnie Madikizela Mandela sokumisa umhlangano okulindeleke ubengoLwesihlanu eQunu, kubika iSABC.

Funda nalolu daba: Sichithiwe isicelo sikaMadikizela-Mandela.

Umhlangano waseQunu kuhlolswe ngawo ukucacisa ukuthi ubani okumele abeyinhloko yomndeni wakwaMandela.

“Baningi abantu abafuna ukuba yingxenye yomndeni, kodwa ke noma ngabe kunelungu elithile eliyisihlobo kwaMandela, abawona amalungu omndeni kababa, umfowabo uThembekile, nomkhulu noma uNkosi Mphakanyiswa.”

“Bayingxenye yomunye umndeni hhayi owami.”



 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.