UMashaba wenze izinguquko kweleBafana

2015-01-14 07:51

Johannesburg - UShakes Mashaba wenze izinguquko eziyisithupha eqenjini leBafana Bafana elizodlala neMali ngoLwesithathu ntambama.

Eqenjini elabambana ngegoli elilodwa neCameroon ngoMgqibelo, uJackson Mabokgwane wangena endaweni kaBrilliant Khuzwayo, uSiyabonga Nhlapo wangena endaweni kaRivaldo Coetzee owathola ukulimala.

UDean Furman no-Andile Jali bona basazoqhubeka nokubabamba isisu, kodwa kwezinye izindawo kwenziwe izinguquko.

Abanye abazoqala umdlalo uMandla Masango, Thuso Phala, Sibusiso Vilakazi noBongani Ndulula, kuthi uThemba Zwane, Oupa Manyisa noBernard Parker bona baqale ebhentshini.

Funda nalolu daba: Ngeke sidlale uKhune - Motaung.

UTokelo Rantie ngeke adlale ngenxa yokulimala, kanti uJali uyena ozohola iqembu enkundleni.

Isikwati seBafana: UMabokgwane , Nhlapho, Hlatshwayo, Ngcongca, Matlaba, Masango, Furman, Jali, Phala, Vilakazi noNdulula

Ebhentshini: UKeet, Khuzwayo, Gcaba, Mathoho, Sangweni, Zwane, Manyisa, Letsholonyane, Zungu noParker.




 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
Most Read
News In Your Area
Top Lifestyle
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.