UMcDonald uxolisile ngokutholakala kwezinyo ekudleni

2015-01-07 16:02

Tokyo – Isitolo sokuthengisa ngokudla iMcDonald sikhiphe isixoliso ngemuva kokutholakala  kwezinyo lomuntu noplastiki ekudleni edolobheni laseTokyo ngokusho kombiko.

Lesi sitolo sitshele abezidaba ngoLwesithathu ukuthi leli zinyo litholwe yikhasimende okuhlanganiswa noplastiki otholwe yingane ngesikhathi idla u-ice cream.

Kubikwa ukuthi ikhasimende elithole izinyo belithenge isidlo iBig Mac ehambisana nama-chips.

OLUNYE UDABA:Kubanjwe inkunzi isitolo sakwaMcDonald

Lesi sitolo siveze ukuthi esinye sesisebenzi saso sadukelwa yizinyo balibheka bangalithola kanti lingene emafutheni okuthosa ama-chips.

Sithe siyaxolisa kakhulu ngalezi zigameko ngokwehlukana kwazo kanti bazoqinisekisa ukuthi aziphinde zenzeke.

Siphinde saveza ukuthi basaqhubeka nophenyo lwangaphakathi ngalezi zigameko.



    - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

     - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.