UMengameli uthengele abahlwempu amathikithi e-AFCON

2015-01-14 14:37

Johannesburg – UMengameli wase-Equatorial Guinea uTeodoro Obiang Nguema uthenge amathikithi omqhudelwano we-2015 Africa Cup of Nations angu-40 000 ethengela abantu abahlwempu njengoba lo ube ubanjelwe ezweni lakhe.

Ngokubika kweKickOff uMengameli Nguema unxuse nabanye abadla izambane likapondo kuleli lizwe ukuba benze okufanayo ukuze lo mqhudelwano ube yimpumelelo.

Kuzokhulumbuleka ukuthi lo mqhudelwano ugcine ususingathwa yi-Equatorial Guinea ngemuva kokuba uMorocco ihoxile. 

OLUNYE UDABA: Bathenjiswe izizumbulu abadlali ngowe-Afcon

“Labo abanokuningi mabasize abangenakho.

"Mina ngithenge amathikithi angu-40 000 engizowahlukanisa ngezifundazwe ezine njengoba lo mqhudelwano uzobanjelwa ezindaweni ezine,”  kusho uNguema.

La mathikithi abiza u-R10 uma uwabuyisela emalini yakuleli.

    - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

      - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.