UMontana uzophikisa iziphumo zikaMadonsela

2015-08-25 12:32

Johannesburg – Lowo owayeyisikhulu esiphezulu sePassenger Rail Agency of SA (Prasa) uLucky Montana uzobabela enkantolo ngenhloso yokuphikisana neziphumo zombiko kaMvikeli woMphakathi uThuli Madonsela mayelana nokuthi uyathinteka ekungahanjisweni kahle kwezinto kwiPrasa.

UMontana, ekhuluma ngoLwesibili kwiTalk Radio 702, uthe: "UMvikeli woMphakathi akayena umahluleli, ngakho ngizoliyisa enkantolo yomthetho lolu daba, ukuze inkantolo ilubhekisise bese luthathwa njengolungekho."

Funda nalolu daba: Kushone 10 kuqhuma ithangi le-gas

Uthe konke okuthiwa ukwenzile uzofuna kubhekisiswe ngoba ukholelwa ukuthi akulona iqiniso.

UMontana uthe: "Ngicabanga ukuthi zonke izinsolo, zonke iziphumo zikaMvikeli woMphakathi, okubalwa kuzona nezinto athi ngithinteka ngqo kuzona, angizamukeli.”

NgoMsombuluko, uMadonsela uthe kuzomele uMontana aqondiswe izigwegswe yiPrasa ngokungaphathi ngendlela efanele.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.