UMugabe usekhale ngokuntuleka kwemisebenzi eZim

2015-08-11 10:04

Harare – UMengameli Robert Mugabe usegxeke umkhuba osukhona wokuthi abantu balahlekelwe yimisebenzi eZimbabwe wathi umthetho uzochitshiyelwa ukuze uvikele izisebenzi.

Babalelwa ku-20 000 abantu baseZimbabwe asebelahlekelwe yimisebenzi yabo kusukela iNkantolo eNkulu ikwenze kwabalula ukuthi abaqashi badilize izisebenzi.

OLUNYE UDABA: Angu-11k aweNUM angase alahlekelwe umsebenzi

UMugabe uzwakale egxeka izimboni ezizimele ngale nkinga yokuntuleka kwemisebenzi, yize nezinkampani ezingaphansi koMbuso nazo zidiliza.

Lo mengameli uqhube ngokuthi yize ukudilizwa kwabasebenzi kusemthethweni, kepha umthetho uyabheda.

Lokhu kungase kubonakale njengento engase ixoshe abatshalizimali njengoba vele leli lizwe linomtnotho ontengayo.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.