UMugabe uxolisile ngokuhamba isikhathi eside

2015-01-23 12:30
Harare – UMengameli waseZimbabwe uRobert Mugabe ubuyele ekhaya ngemuva kokuthatha iholidi laminyaka yonke, waxolisa ngokuhamba isikhathi eside kunebesibekiwe.

Uthe imbangela yalokhu ukuthi unkosikazi wakhe ubethola usizo lwezempilo phesheya kwezilandle.

"Ngithanda ukuxolisa kakhulu ngokuthi ngihambe isikhathi eside kangaka,” esho ekhuluma nezikhulu zikahulumeni, ezeqembu nabalandeli abebezomamukela.

"Unkosikazi wami ubenezinhlungu ohlangothini,” kusho uMugabe.

OLUNYE UDABA: Kuwubulima ukucabanga ukuthi ngizodedela amandla - Mugabe

"Kutholakale ukuthi une-appendicitis. Uhlinzwe ngempumelelo ngoLwesibili kanti kumanje uyelulama esibhedlela.”

Unkosikaka kaMugabe, uGrace, wanikezwa igama likaMrs Stop-It ngokuhlezi ekhuza uma kunemibuthano yeZanu-PF exwayisa labo abazama ukuketula umengameli.

Umndeni wakwaMugabe wahamba phakathi noDisemba uya eholidini laminyaka yonke phesheya kwezilandle.





 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.