'URakhale usekhuthaze abadlali abafana noMayambela’

2015-08-25 07:46

Johannesburg - UJabu Mahlangu uthi ukholelwa ekutheni ukudlala kahle kukaThabo Rakhale kwakamuva sekukhuthaze abadlali abafana noMark Mayambela ekutheni batshengise ikhono abanalo.

URakhale usefomini enhle ku-Orlando Pirates kanti usebuyise ibhola elinesitayela kuleli ebese lingasaziwa, kubika iSiya crew.

UMayambela ubuyele kuleli wathola ikhaya kuChippa United ngasekuqaleni kwesizini ephezulu kulandela ukuhlala unyaka neqembu laseSweden, iDjurgardens IF.

OLUNYE UDABA: URakhale uthi abadlali basemuva bamsabisa okwenyoka

Ngaphambi kokuthi abhekise amabombo phesheya, lo mdlali, 27, wadlala ibhola elicikizayo kuMpumalanga Black Aces.

UMahlangu ukholelwa ekutheni uRakhale usephendlele abadlali abafana noMayambela indlela ekutheni bagqame ngekhono labo lokutapeyta ibhola.

“UThabo Rakhale wenza into yamehlo. Utshengise abaningi ukuthi akadumile nje kuphela ngeziyatela kepha uyakwazi nokwakha amathuba aphinde afake amagoli. Usefake umfutho abadlali abafana noMark Mayambela,” kusho uMahlanu.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
1 comment
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.