URamaphosa uzophendula imibuzo ePhalamende

2015-08-12 10:04

Johannesburg – IPhini likaMengemeli waseNingizimu Afrika uCyril Ramaphosa kulindeleke ukuthi aphendule imibuzo ePhalamende ngokusho kombiko. 

URamaphosa kulindeleke ukuthi aphendule imibuzo ePhalamende ngoLwesithathu kanti ngokwesitatimende esikhishwe yihhovisi lakge uzophendula imibuzo mayelana nokuqashwa kwezisebenzi zikahulumeni, ukuthuthukisa izingqalasizinda, imithetho ephathelene nokungena nokuphuma kwabantu kuleli nohambo lwakhe lwaseChina nokuba umxhumanisi we-SADC  odabeni lwaseLesotho.

OLUNYE UDABA: Uthi ubezivikela odubule ababili kubangwa eyokupaka

Kuzokhumbuleka ukuthi ngeledlule uMengameli Jacob Zuma uphendule imibuzo ePhalamende kanti awusalanga umbuzo we-Economic Freedom Fighters othi uzoyikhokha nini imali eyasetshenziselwa okungaphethelene nezokuphepha emzini wakhe oseNkandla.

Phambilini uRamaphosa wabhekana nenkinga ngesikhathi ephendula imibuzo njengoba i-EFF yaze yamubiza ngembulali ngodaba lokubulawa kwabavukuzi abangu-34 eMarikana njegoba yayimsola ukuthi waba nesandla ekubulaweni lezi zisebenzi zaseLonmin lapho ayengumqondisi khona. 

   - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

     - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.