UTinkler uphika eyokuthi IPirates ithwelwe ngeqoma

2015-08-23 08:42

Johannesburg - Umqeqeshi we-Orlando Pirates u-Eric Tinkler useziphebezile izinkulumo ezithi iqembu lakhe aliconsi phansi kulo mqhudelwano we-CAF Confederations Cup.

IPirates ibhaxabule i-AC Leopards ngo 2-0 e-Orlando Stadium ngoMgqibelo ebusuku yase izibeka ethubeni elihle lokuqeda iqhwakele kuGroup B yehlula iZamalek, kubika iKickOff.com.

Okwamanje amaBhakabhaka ahlula lezi zinkunzi zaseGibhithe ngamaphuzu amathathu, njengoba iZamalek isazodlala ne-CS Sfaxien ngeSonto.

OLUNYE UDABA: Ngiyabathemba abadlali bami - Tinkler

IPirates kusamele ibhekise amabombo eCairo iyodlala neZamalek,  okuzothi uma inqobile ingene kuma-semi finals isindaweni enhle.

Nokho uTinkler uthi iqembu lakhe alithwelwe ngeqoma kulo nyaka, egcizelela ekutheni zonke izimbangi zabo zisethubeni elihle lokunqoba lo mqhudelwano.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.