UTutu ugxeke uhulumeni ngokuhlambalaza izwe ngolwaseNkandla

2015-05-31 08:16

Johannesburg – U-Archbishop Desmond Tutu ugxeke uhulumeni waseNingizimu Afrika ngokuhlaza izwe ngokukhipha uMengameli Jacob Zuma phambili ngokuthi angakhiphi ngisho nendibilishi ngokusetshenziswa kwezigidi kuqiniswa ezokuphepha emzini wakhe oseNkandla.

Kulo muzi kaMengameli Zuma oseNkandla kwasetshenziswa imali yabakhokhi bentela engu-R246 million kuqiniswa ezokuphepha. 

“Ngesikhathi uhulumeni waseNingizimu Afrika unqabela iDalai Lama imvume yokuhambela ingqungquthela yeNobel Laureayes eKapa ngonyaka owedlule ngababiza ngabantu abanonya abangenza noma yini engasile ukuzithuthukisa,” kusho uTutu kwisitatimende.

OLUNYE UDABA: Kuboshwe 5 ngombhikisho waseMbazwana

“Umbiko kaNgqongqoshe wethu wamaPhoyisa wokukhipha phambili umengameli ngokuchithwa kwezindodla emzini wakhe, kunikeza lo hulumeni elinye igama elisha.”

UMvikeli woMphakathi uThuli Madonsela ngo-2014 wathola ukuthi uZuma wazuza ngokungemthetho nomndeni wakhe ngesikhathi kuqiniswa ezokuphepha eNkandla njengoba kwakhiwa isibaya, indawo yezivakashi nokunye.

NgoLwesine uNngqongqoshe wamaPhoyisa uNkosinathi Nhleko uthe uphenyo lombuki wakhe luthole ukuthi umengameli akumele akhokhe ngisho nendibilishi ngemali eyasetshenizwa emzini wakhe.

         - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

          - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
2 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.