UZola uchitha izinsolo zikasomabhizinisi

2015-06-22 14:31

Johannesburg - Usomabhizinisi waseGoli ucasulwe yisenzo athi senziwe uZola, uBonginkosi Dlamini,  njengoba ethi lesi sihlabani sikamabonakude sidayise inja yakhe ukuze sizokwazi ukuthola imali yokuthenga ubhiya.

UGift Mphokane utshele iphephandaba iSowetan ngoMsombuluko ukuthi waboleka uZola inja, ayibiza ngoJozi ukuthi izohlala nekaZola, uGusheshe.

Lo somabhizinisi uthi uZola udayise inja yakhe, kanti kudingeke ukuba yena abe esethenga enye efana nayo ngo-R8 000.

UMphokane utshele iphephandaba ukuthi: “Mina bengazi ukuthi inja ikuyena ngoba senza isivumelwano.”

Funda nalolu daba: 'Zibanga intombi izihlabani zebhola'

“Kodwa ngitshelwe ukuthi wahamba nenja yami wayoyidayisa ukuze ezothola ubhiya,” kusho uMphokane, oqhube ngokuthi “Ngiye e-studio sakhe nokuyilapho ngifike ngatshelwa khona ukuthi ngempela uyidayisile.”

UZola kodwa uyakuphika yena lokhu: “Ngafonela abakwa-SPCA ezinyangeni ezintathu ezedlule ngabatshela ukuthi abazolanda leli dimoni emzini wami.”

UZola uthi inja wayihambisa e-SPCA ngoba yayidla ukudla kwenja yakhe, okubizayo.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.