UZuma uchaze ngezinkinga zezwe

2015-01-10 13:52

Cape Town - UMengameli wezwe uJacob Zuma, ukhulume sakuthetha wathi akumele uhulumeni azibone enecala ngokushoda kukagesi okukhona ezweni.

UMsholozi uchazele izinkulungwane zabantu wathi ukushoda kukagesi okubonakalayo, kuyinkinga eyadaleka ngesikhathi sikahulumeni wobandlululo.

"Phambilini izwe lakuleli lalinogesi owanele, lokho kubonwa wumhlaba wonke nosomabhizinisi. Ugesi wawukhonela ukusiza abantu abambalwa, akufani namanje njengoba ugesi ukhonela ukusiza bonke abantu," kusho uNxamalala.

Bheka abahambele umgubho

Umengameli uchaze ngezinkinga eziningi ezibhekene nezwe, ezifana nodaba oluthinta ukubonelelwa kwabasebenzi basezimayini, wachaza nangodaba oluthinta inkohlakalo.

"Kumele iqiniso libekwe obala, uhulumeni ka-ANC yiwona hulumeni wokuqala obeka zonke izinto obala, yiwona hulumeni okwazi ukuveza amaqiniso ngokwenzeka naphezulu kuhulumeni imbala. Asiqondile ukuthi abekho abaqhuba inkohlakalo kwi-ANC, esikushiyo sithi kumele kwazeke ukuthi uhulumeni uyalwa nenkohlakalo."

Izinkumbi zabantu baseNingizimu Afrika bahlangane enkundleni yezemidlalo eKapa, la kubungazwa khona iminyaka engu-103 kwasungulwa i-ANC.



– "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.