UZuma udlulise awenduduzo ngokushona kukaMthimkhulu

2015-01-17 08:29
Pretoria – UMengameli Jacob Zuma udlulise amazwi enduduzo ngokudlula emhlabeni kwelungu leSishayamthetho saKwaZulu Natal uMtholephi Mthimkhulu.

UMthimkhulu owake wabe waba yiSekela likaSomlomo weSishayamthetho waphinde waba nguNgqongqoshe wezoLimo udlule emhlabeni ngoLwesihlanu mhlaka 16 kuJanuwari ngemuva kokuxinwa ukugula isikhathi eside.

“UMnu Mthimkhulu usebenze kakhulu ukuthuthukisa iNingizimu Afrika entsha ezinhlakeni ezahlukene lapho ebejutshwe khona.

OLUNYE UDABA: Isililo ngokudlula emhlabeni kukaMtholephi Mthimkhulu

Sidlulisa amazwi enduduzo emndeni wakwaMthimkhulu, uhulumeni, isifundazwe saKwaZulu Natal ne-African National Congress.

Siphinde sidlululise amazwi enduduzo nakulabo ake asebenza nabo oKhozini nakwa-SABC.

Sengathi umphefumulo wakhe ungaphumula ngokuthula, kusho uMengameli Zuma.

    - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

      - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.