Uboshiwe obehamba ngeyesele egcekeni eselale notshani

2015-07-30 12:43

Owesilisa oneminyaka engu-81 ubudala uboshelwe icala lokungaziphathi kahle emphakathini ngemuva kokuba ebanjwe ematasa elala utshani egcekeni lakwakhe enqunu, kusho amaphoyisa.

UWallace Berg uboshwe ngoMsombuluko ngeskhathi amaphoyisa ethola ucingo oluvela kumakhelwane wakhe .

OLUNYE UDABA: Uboshiwe 'obezimeteza' ngokubuka abantu besifazane esitimeleni

Lo makhelwane ubikle amaphoyisa ukuthi Uberg ubelokhu ezinguza umuzi wakhe ehamba ngesudi yesele ngemuva kokuba eseke wathi ukuzithokozisa ngocansi notshani, kubika iTheSmokingGun.

Lo makhelwane uphinde waqopha uBerg enza yonke le mikhuba utshele amaphoyisa ukuthi uke wakhuluma noBerg  oxolisile ngesenzo sakhe, wazimbhathisa was ebuyela endlini.

UBerg uzovela enkantolo ngomhlaka-5 Agasti.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.