Uboshiwe owashaya omunye encishwe amanzi ewolintshi

2015-08-06 13:33

Tallahassee - Owesifazane othandana nomunye owesifazane wathola amanqimunqimu ngesikhathi engafuni ukuqatshulwa yintombi yakhe emzini walezi zithandani zobulili obubodwa oseFlorida, kusho amaphoyisa.

UShantrell Owens, 24, waboshwa ngezithuba zabo-03:00 ekuseni ngecala lokushaya 

Intombi ka-Owens yatshela amaphoyisa ukuthi babanegxabano ebusuku emzini womuntu kwathi uma befika emzini wabo u-Owen wazama ukumqabula kodwa yanqaba. U-Owens wacasuka wabe esemginqa phansi wamshaya.

Funda n alolu daba: Ubophe umkakhe obengaphaqulile

Umngani walezi zithandani uMeka Mitchell utshele amaphoyisa ukuthi  isisulu asifunanga ukuqatshulwa u-Owens wabe esemshaya.

U-Owens ungaphandle ngebheyili kanti ulindeleke ukuba avele enkantolo ngomhlaka-1 Septhemba, kubika iThesmokinggun.


 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.