Ubuyela enkantolo osolwa ngokubula unkosikazi

2015-01-15 09:31

Johannesburg - Ubuyela eNkantolo yesiFunda ePitoli ngoLwesine uNico Henning osolwa ngecala lokubuala unkosikazi wakhe ayengasahlali naye.

Ngesikhathi egcina ukuvela enkantolo ngoNovemba, umshushisi uGerrie Nel wacela ukuba luhlehliswe lolu daba ngenxa yokuthi uMbuso wawungakakulungeli ukunikeza abameli baHenning imiqulu yecala.

Kulindeleke ukuba imiqulu bayinikezwe ngokusemthethweni ngoLwesine.

Funda nalolu daba: Kuboshwe 'abakhiqiza' ama-passport omkokotelo eGoli.

Lolu daba luzobe seludluliselwa eNkantolo eNkulu yasePitoli, kanti kuhlelwe ukuba ukuthethwa kwecala kuqale ngoJulayi 8 noma ngoJulayi 12.

UHenning uzoquliswa icala lokubulala uChanelle Henning kanye nelokwakha itulo lokubulala.

UChanelle, 26, wabulawa ngemuva kokuyoshiya ingane yakhe enkulisa eFaerie Glen, ePitoli ngoNovemba 2011.




 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
Most Read
News In Your Area
Top Lifestyle
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.