Ubuyela enkantolo osolwa ngokubulala indodana

2015-01-12 08:02

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

Johannesburg - Indoda yaseNorth West esolwa ngokubulala indodana yayo eneminyaka emihlanu ubudala, izobuyela ngaphambi kweNkantolo kaMantsho waseTaung.

Ngesonto eledlule, icala elibekwe uBoitumelo Seoposengwe lahlehliswa kuze ezokwaz ukuthola ummeli wamahhala, ulokhu egqunywe esitokisini.

Ubaba, 29, kukholakala ukuthi walengisa indodana yakhe uRemoratile Sehemo, mhlaka-24 Disemba.

Funda nalolu daba: Uvelile obelethe wafihla ingane

Isehlakalo senzeka esigodini saseMaphietsile, ngaseTaung.

Ngokusho kukaColonel Sabata Mokgwabone, uSeoposengwe wayezikhiyele endlini nendodana yakhe emzini kagogo wakhe.

Ngemuva kophenyo lomndeni, kwatholakala ingane ilenga ophahleni, ubaba esebalekile nokho wabuye wabuya wazinikela emaphoyiseni.




 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.